Jump to content

i-Ostriya

Kubuya ku Wikipedia
I-Ostriya
Republik Österreich
National motto: Austriae est imperare orbi universo (AEIOU)
InhlokodolobhaIViyena
Idolobha elikhulu
  • Inani labantu (2026[1])
IViyena
  • 2,042,036
UlimiIsiJalimane
Ubungako bendawo83,858 km²
Izakhamuzi
  • Inani labantu (2026[1])
I-Ostriya
  • 9,219,113

I-Ostriya (isiJalimane: Österreich; isiNgisi: Austria) yizwe laseYurophu. Inhlokodolobha yase-Ostriya yiViyena empumalanga yasezwe leli lapho izakhamuzi zivame ukukhuluma isiJalimane khona.

Umlando nomphakhathi

[hlela | Hlela umthombo]

Izifunda empumalanga yase-Ostriya yanamuhla zibuswa ngamaBabenberger kusukela enyakeni engu-976 okuqala. Lezi zifunda zibizwa Ostarrichi enyakeni engu-996 okwathi Österreich yavela kukho. Eminyakeni kusukela ngo-1867 kuya ku-1918 i-Ostriya yangumbuso onamandla kanye neHungariya. Ngesikhathi enyakeni engu-1918 emva kwempi yomhlaba yokuqala yavela iRiphabhulikhi yokuqala nemingcele yanamuhla yabekwa njengoba izifunda zazilahleka. Ngesikhathi enyakeni engu-1945 emva kwempi yomhlaba yesibili yavela iRiphabhulikhi yesibili.[2]

Izifundazwe

[hlela | Hlela umthombo]

Kukhona izifundazwe eziyisishiyagalolunye e-Ostriya:

Igama lesiJalimane, Igama lesiNgisi, Igama lesiZulu Inhlokodolobha Izithombe
Burgenland Eisenstadt
Podersdorf (Lighthouse)
Podersdorf (Lighthouse)
Forchtenstein Castle
Forchtenstein Castle
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyifundazwe empumalanga kunezinye izifundazwe zonke e-Ostriya lapho ichibi elikhulu elibizwa i-Neusiedlersee (ichibi leNeusiedl) litholakala khona.
Kärnten, Carinthia, IKhalintiya Klagenfurt
Heiligenblut
Heiligenblut
Hochosterwitz Castle
Hochosterwitz Castle
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyifundazwe eningizimu kunezinye izifundazwe zonke e-Ostriya.
Niederösterreich, Lower Austria St. Pölten
Stift Melk
Stift Melk
Schneeberg
Schneeberg
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyisifundazwe esikhulu kunazo zonke izifundazwe ezinye ngobukhulu bendawo e-Ostriya futhi sihlukaniswe saba yizingxenye ezine ezikhulu ezibizwa i-Weinviertel (ingxenye yewayini), i-Waldviertel (ingxenye yehlathi), i-Mostviertel (ingxenye ye-Cidre) ne-Industrieviertel (ingxenye yemboni).
Oberösterreich, Upper Austria Linz
Danube
Danube
Hallstadt
Hallstatt
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyifundazwe lapho idolobha lesithathu ngobukhulu ngenani labantu e-Ostriya elibizwa i-Linz khona.
Salzburg Salzburg City
Krimmler Falls
Krimmler Falls
Salzburg City
Salzburg City
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyifundazwe lapho idolobha lesine ngobukhulu ngenani labantu e-Ostriya elibizwa i-Salzburg khona, iyidolobha elidume kakhulu kanjalo abahambi abaningi bathanda ukuvakashela lona.
Steiermark, Styria Graz
Graz (Clocktower)
Graz (Clocktower)
Riegersburg (Castle)
Riegersburg (Castle)
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyifundazwe lapho idolobha lesibili ngobukhulu ngenani labantu e-Ostriya elibizwa i-Graz khona.
Tirol, Tyrol Innsbruck
Schlegeisspeicher
Schlegeisspeicher
Innsbruck
Innsbruck
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyisifundazwe lapho intaba ekhulu kunazo zonke izintaba ezinye itholakala khona e-Ostriya ebizwa i-Großglockner.
Wien, Vienna, IViyena Wien
Donau City
Donau City
Vienna
Vienna
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyisifundazwe esikhulu kunazo zonke izifundazwe ezinye ngobukhulu ngenani labantu e-Ostriya futhi iyidolobha leshumi ngobukhulu ngenani labantu ezwekazini laseYurophu.
Vorarlberg Bregenz
Lünersee
Lünersee
Lake Constance eBregenz
Lake Constance eBregenz
Izindaba ngalesi sifundazwe: Iyifundazwe entshonalanga kunezinye izifundazwe zonke e-Ostriya lapho ichibi elikhulu elibizwa i-Bodensee (ichibi lomhlabathi) litholakala khona.

Imithombo

[hlela | Hlela umthombo]
  1. 1 2 Statistik zum Vorjahr - Österreichs Bevölkerung nur leicht gewachsen | krone.at
  2. ↑ Österreich – Wien Geschichte Wiki


IYurophu
IYurophu laseMpumalanga IBelarusi • IBulgariya • ITsheki • IHungariya • IMoldova • IPolandi • IRomaniya • IRashiya • ISlovaki • I-Yukreyini IYurophu laseNyakatho IDenimaki • I-Estoniya • IFinlandi • IGernseyi • I-Ayisilandi • I-Ayilendi • ILatviya • ILithuwaniya • INoki • ISwidi • Umbuso Ohlangeneyo
IYurophu laseNingizimu I-Albaniya • I-Andora • IBhosniya neHerzegovina • IKrowati • IGreki • ITaliya • IMakedoniya • IMalta • IMontenegro • IPhothugali • USanti Marino • ISerbiya • ISloveniya • ISpeyini • Indolobha yaseVathikhani IYurophu laseNtshonalanga I-Ostriya • IBheljiya • IFulansi • IJalimani • ILitenisteni • ILakisembagi • IMonako • Netherlands • ISwisi
I-Eshiya laseNtshonalanga I-Armeniya • I-Azerbajani • IKhupro • IJorjia • ITheki I-Eshiya laPhakathi
IKazakhistani